Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UGenesise 40:3 - IsiZulu 2020

3 Wazivalela endlini yenduna yabalindi benkosi, zafakwa ejele, lapho kwakuvalelwe khona uJosefa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wazibeka ukuba zilindwe endlini yenduna yemilindankosi etilongweni, indawo lapho wayeboshwe khona uJosefa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wabafaka esitokisini endlini yenduna yemilindankosi, etilongweni, indawo lapho uJosefa ayeboshwe khona.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UGenesise 40:3
6 Iomraidhean Croise  

Umphathi wamthatha uJosefa, wamgquma ejele, lapho kwakuvalelwa khona iziboshwa zenkosi.


Umphathijele akabange esazikhathaza ngalutho, ngokuba konke kwakusesandleni sikaJosefa, futhi uSimakade wayemphumelelisa kukho konke akwenzayo.


UJosefa bamthatha baya naye eGibhithe, uPotifari, esinye sezikhulu zikaFaro, umphathi wabaqaphi, wamthenga kwabakwa-Ishmayeli ababefike naye.


Umphathijele wambeka uJosefa waba yinduna yabo bonke ayevalelwe nabo, kubuzwa kuye konke okwakwenzeka lapho.


Induna yabalindi benkosi yamqoka uJosefa ukuba azibheke, nokuba abhekane nezidingo zazo, kwaba yisikhashana zivalelwe.


UFaro wayezithukuthelele izinceku zakhe, mina nenduna yababhakizinkwa wasigquma ejele, endlini yomphathi wabaqaphi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan