Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UGenesise 26:21 - IsiZulu 2020

21 Base bemba omunye umthombo, babuye bababangisa nakulowo, wayesewuqamba ethi yiSithina.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Bemba omunye umthombo, baphikisana nangawo. Waqamba igama lawo ngokuthi iSitina.*

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Bemba omunye umthombo, baxabana nangawo, wawuqamba ngokuthi iSitina.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UGenesise 26:21
4 Iomraidhean Croise  

U-Abhrahama wayesekhononda ku-Abhimeleki ngomthombo wamanzi ayewephucwe yizinceku zakhe.


Kwaqubuka umbango phakathi kwabelusi baseGerari nabaka-Isaka, abaseGerari bethi: “Lawa manzi ngawethu.” Wawuqamba lowo mthombo wathi yi-Eseki okunguthi kusembangweni, ngoba bambangisa.


Wasuka wayokumba omunye umthombo; kulowo abambangisanga, ngakho-ke wawuqamba ngokuthi yiRehobhothi, ngokuba wathi: “Manje uSimakade usesinike indawo ebanzi, wasenza sanda ezweni.”


Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan