Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UEksodusi 8:2 - IsiZulu 2020

2 Uma ubenqabela ukuba bahambe, ngizolishaya lonke iGibhithe ngamasele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Uma wenqaba ukuba basuke, bheka, mina ngiyakushaya izwe lakho lonke ngamasele;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Uma wenqaba ukuba bahambe, bheka, ngiyakushaya yonke indawo yakho ngamasele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UEksodusi 8:2
7 Iomraidhean Croise  

Izwe labo lagcwala amasele nasezindlini zamakhosi abo.


Wabathumelela izibawu ezabalumayo, namaselesele ababhubhisayo.


USimakade wathi kuMose: “Inhliziyo kaFaro ilukhuni; uyenqaba ukuvumela abantu ukuba bahambe.


USimakade wathi kuMose: “Hamba uye kuFaro uthi kuye: ‘USimakade uthi: vumela abantu bami bahambe ukuze bayongikhonza.


Umfula iNayili uzogcwala amasele, azokwenyuka, enyukele endlini yakho, nasekamelweni lakho, embhedeni wakho, nasemizini yezinceku zakho, neyabantu bakho, nakohhavini nasezitsheni zokuxovela inhlama.


Ngokuba uma wenqaba ukubavumela ukuba bahambe, ulokhu ubabambile,


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan