UDuteronomi 4:4 - IsiZulu 20204 Kodwa nina enanamathela kuSimakade uNkulunkulu wenu, nisaphila nonke nanamuhla. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kodwa nina enanamathela kuJehova uNkulunkulu wenu nisekhona nonke nanamuhla. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 Kodwa nina enanamathela kuJehova uNkulunkulu wenu, yilowo nalowo kini niyaphila namuhla. Faic an caibideil |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlala kuzo, banikwa amandla okwahlulela. Ngabona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi ngoJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nasemfanekisweni waso, nabangalwemukelanga uphawu lwaso emabunzini abo nasezandleni zabo. Baphila babusa noKhristu iminyaka eyinkulungwane.