UDuteronomi 34:3 - IsiZulu 20203 Wamtshengisa iNegevu nethafa lesigodi iJerikho umuzi wamasundu kuze kufike eZowari. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 neNingizimu, nethafa lesigodi saseJeriko umuzi wamasundu kwaze kwabaseSowari. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20243 neningizimu nethafa lesigodi saseJeriko umuzi wamasundu kuze kube seSowari. Faic an caibideil |
Amadoda aqokiweyo abizwa ngamagama, asukuma, abathatha abathunjwa nabo bonke ababehlutshulwe behamba ze, abembathisa ngezimpahla ezaziyimpango, abafaka izicathulo, abapha ukudla, abaphuzisa, abagcoba, abakhweza ezimbongolweni bonke ababebuthakathaka, abayisa kubafowabo eJerikho, umuzi wamasundu; ayesebuyela eSamariya.