UDuteronomi 18:8 - IsiZulu 20208 Uyodla isabelo esilingana nesabanye, ngisho noma ebethole okuthile ngokuthengisa ngefa likayise.” Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ayakuphiwa izabelo ezilingeneyo ngaphandle kwalokho okuvela ngokuthengisa ngefa likayise. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20248 Bayoba nezabelo ezifanayo ukuze badle, ngaphandle kwalokho okuvela ekuthengisweni kwefa lakhe. Faic an caibideil |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,