Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDuteronomi 15:16 - IsiZulu 2020

16 “Kuyothi uma ethi kuwe: ‘Angizukusuka kuwe,’ ngoba ekuthanda wena nendlu yakho, futhi ehlale kahle nawe,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Kuyakuthi uma ethi kuwe: ‘Angiyikusuka kuwe,’ lokhu ekuthanda wena nendlu yakho, ngokuba ehlala kahle kuwe,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Futhi uma ethi kini: Kangiyikunishiya; ngoba uyakuthanda wena nendlu yakho, ngoba izinto zikuhambela kahle;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDuteronomi 15:16
5 Iomraidhean Croise  

Awuwuthandi umhlatshelo nomnikelo wokudla. Izindlebe zami uzigeqile. Umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.


Ngiyathanda ukwenza intando yakho, Nkulunkulu wami, nomthetho wakho usenhliziyweni yami.”


Uyokhumbula ukuthi wawuyisigqila eGibhithe, uSimakade uNkulunkulu wakho wakuhlenga, ngakho-ke ngiyakuyala ngalokhu namuhla.


uyothatha usungulo umbhoboze indlebe esesemnyango; abe yinceku yakho kuze kube phakade. Uyokwenza kanjalo nasencekukazini yakho.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan