UDuteronomi 14:2 - IsiZulu 20202 Ngokuba ningabantu abangcwele kuSimakade uNkulunkulu wenu. Unikhethile ukuba nibe yisizwe esiyifa lakhe phakathi kwezizwe zonke ezisebusweni bomhlaba. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Ngokuba ningabantu abangcwele kuJehova uNkulunkulu wenu; uJehova unikhethile nibe yisizwe senzuzo yakhe ngaphezu kwezizwe zonke ezisebusweni bomhlaba. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20242 Ngoba niyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wenu, futhi uJehova ukukhethile ukuba nibe yisizwe esikhethekile kuzo zonke izizwe ezisemhlabeni. Faic an caibideil |
Ngezwa umuntu owayembethe ilineni, ephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nengxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.