Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDuteronomi 10:6 - IsiZulu 2020

6 Abakwa-Israyeli basuka eBheyerothi Bhene Jahakani, baya eMosera; u-Aroni wafela lapho, wangcwatshwa khona. U-Eleyazare, indodana yakhe, yaba ngumphristi esikhundleni sakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Abantwana bakwa-Israyeli basuka eBeyeroti Bene Jahakani, bafika eMosera; u-Aroni wafela khona, wembelwa khona; u-Eleyazare indodana yakhe wakhonza ebupristini esikhundleni sakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Abantwana bakwa-Israyeli basuka eBeyeroti eBene Jakani, baya eMosera; u-Aroni wafela khona, wembelwa khona; u-Eleyazare indodana yakhe wakhonza esikhundleni sakhe njengompristi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDuteronomi 10:6
7 Iomraidhean Croise  

Uma senihlaba umkhosi okwesibili izinkambu ezingaseningizimu ziyosuka, ziyohlaba umkhosi ekusukeni kwazo.


Uma usulibonile, nawe uyakuyiswa koyihlomkhulu njengomfowenu u-Aroni.


U-Aroni, umphristi, wakhuphukela entabeni iHori ngokwesiyalezo sikaSimakade. Wafike wafela khona ngonyaka wama-40, emveni kokuphuma kwabakwa-Israyeli eGibhithe, ngenyanga yesihlanu ngosuku lokuqala lwayo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan