UDaniyeli 8:13 - IsiZulu 202013 Ngase ngizwa ongcwele ekhuluma, nomunye ongcwele wathi kulowo owayekhuluma: “Uyakuba khona kuze kube nini lo mbono womnikelo oshiswa imihla yonke, nesiphambeko esibhubhisayo sokuba kukhashelwe indlu engcwele nempi, kunyathelwe phansi, na?” Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngase ngizwa ongcwele ekhuluma, nomunye ongcwele wathi kulowo owakhuluma: “Uyakuba khona kuze kube nini lo mbono womnikelo oshiswa imihla yonke, nesiphambeko esichithayo sokuba kukhashelwe indlu engcwele nempi, kunyathelwe phansi, na?” Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202413 Ngase ngizwa ongcwele ekhuluma, nomunye ongcwele ethi kulowo owakhulumayo: “Koze kube nini umbono ongowemihlatshelo yemihla ngemihla nesiphambeko sencithakalo, ukunikelwa kwendlu engcwele nebutho ukunyathelwa phansi abe? Faic an caibideil |
“Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla evela ezulwini, ethi: ‘Gawula isihlahla, usibhubhise, kodwa ushiye isiqu sezimpande zaso emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi otshanini basendle, simanziswe ngamazolo ezulu; isabelo saso sinesezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso.’