UDaniyeli 6:2 - IsiZulu 20202 Phezu kwazo wabeka omengameli abathathu, uDaniyeli engomunye wabo, ukuba izikhulu zibike kubo, ukuze inkosi ingasweli lutho. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Phezu kwazo wamisa abongameli abathathu, uDaniyeli engomunye wabo, ukuba izikhulu zibike kubo, ukuze inkosi ingalimali ngalutho. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20242 Lalaba ngabongameli abathathu; uDaniyeli wayengowokuqala kubo, ukuze izikhulu ziphendule kubo, inkosi ingabi nangozi. Faic an caibideil |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”