UDaniyeli 4:3 - IsiZulu 20203 Maye, zinkulu kangakanani izibonakaliso zakhe! Maye, zinamandla izimangaliso zakhe! Umbuso wakhe ngumbuso ongunaphakade, nokubusa kwakhe kungokwezizukulwane ngezizukulwane. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Yeka ubuningi bezibonakaliso zakhe, namandla ezimangaliso zakhe! Umbuso wakhe ungumbuso ongunaphakade, nokubusa kwakhe kungokwezizukulwane. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20243 Yeka ukuthi zinkulu kangakanani izibonakaliso zakhe! zinamandla kangakanani izimangaliso zakhe! umbuso wakhe ungumbuso waphakade, nokubusa kwakhe kungokwezizukulwane ngezizukulwane. Faic an caibideil |