UDaniyeli 3:10 - IsiZulu 202010 Wena nkosi ukhiphe isimemezelo sokuthi bonke abantu abezwa ukukhala kwecilongo, igekle, ihabhu, umqangala, ugubhu, igemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwayo bawe phansi, bakhuleke esithombeni segolide, Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Wena nkosi ukhiphe isimemezelo sokuba bonke abantu abezwa ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa bawe phansi, bakhuleke esithombeni segolide, Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202410 Wena, nkosi, ukhiphe isimemezelo sokuthi wonke umuntu ozwa ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu, nehabhu, nehabhu, nehabhu, nazo zonke izinhlobo zezinsimbi zokubethwa, makawe phansi, akhuleke esithombeni segolide. Faic an caibideil |
Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, igekle, ihabhu, umqangala, ugubhu, igemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwayo, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngaso leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu onganophula esandleni sami na?”
Asondela phambi kwenkosi, akhuluma kuyo ngesiyalezo sayo, athi: “Awukhiphanga yini umthetho othi yilowo nalowo ocela kunoma yimuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingama-30, ngaphandle kwakho nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama na?” Inkosi yaphendula yathi: “Kuyiqiniso lokho ngokomthetho wamaMede namaPheresiya ongenakuguquka.”