Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDaniyeli 11:25 - IsiZulu 2020

25 “Uyakuvusela inkosi yaseningizimu amandla akhe nesibindi sakhe ngempi enkulu, ilwa nempi enkulu enamandla impela, kepha ayiyukuma, ngokuba bayakuceba amacebo ngayo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 “Uyakuvusela inkosi yaseningizimu amandla akhe nesibindi sakhe ngempi enkulu, inempi enkulu enamandla impela; kepha ayiyikuma, ngokuba bayakuceba amacebo ngayo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Uyakuvusa amandla akhe nesibindi sakhe enkosini yaseningizimu ngempi enkulu; inkosi yaseningizimu iyakuvuswa ukulwa nempi enkulu kakhulu nenamandla; kodwa ngeke abe khona, ngoba bayobikezela amacebo ngokumelene naye.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDaniyeli 11:25
6 Iomraidhean Croise  

“Manje ngikutshela iqiniso. Bheka, kusezakuvela amakhosi amathathu ePheresiya; eyesine iyakunotha kunawo wonke; isiqinile ngengcebo yayo iyakuvusa konke ukulwa nombuso waseJavani.


Umuntu ozazisayo udala ingxabano, kodwa owethembela kuSimakade uyakucetshiswa.


Umuntu ogcwele ulaka uphehla udweshu, kodwa owephuzayo ukuthukuthela udambisa ingxabano.


Amadodana ayo ayakuhloma, abuthe isixuku sezimpi eziningi; ziyakufika nokufika, zikhukhule, zidlule; ziyakubuya, zilwe kuze kube senqabeni yayo.


“Inkosi yaseningizimu iyakuba namandla, kanjalo esinye sezikhulu zayo, yebo, sibe namandla kunayo, sibuse, nokubusa kwaso kuyakuba ngukubusa okukhulu.


“Ngesikhathi sokugcina inkosi yaseningizimu iyakulwa nayo; inkosi yasenyakatho iyakuza kuye njengesishingishane inezinqola, nabamahhashi, nemikhumbi eminingi, iyakungena ngaphakathi ezweni, ikhukhule, idlule.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan