Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:3 - IsiZulu 2020

3 Sengiyikhumulile ingubo yami, ngingaphinde ngiyigqoke kanjani? Sengizigezile izinyawo zami, sengingazigcoliselani na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngikhumulile isambatho sami, ngingasifaka kanjani? Ngigezile izinyawo zami, ngingazingcoliselani na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngakhumula ingubo yami; ngizoyigqoka kanjani ngigeze izinyawo zami; ngingabangcolisa kanjani na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:3
8 Iomraidhean Croise  

Wathi kuzo: “Makhosi ami, ake niphambukele endlini yenceku yenu ukuze nithole amanzi okugeza izinyawo, nilale okwanamuhla, bese nivuka ekuseni niqhubeke nohambo lwenu.” Zamphendula zathi: “Qha, sizohlala emgwaqweni.”


Umphefumulo wevila uyafisa ungatholi lutho, kepha imiphefumulo yabakhutheleyo iyakuneliswa.


Ivila, lithi: “Kunebhubesi ngaphandle; ngaphuma nje ngizobulawa emgwaqweni.”


Ungathi kumakhelwane wakho: “Hamba, ubuye kusasa, ngiyokunika khona,” ube unakho lokho akufunayo.


Kuthe umyeni esalibele, zonke izintombi zozela, zalala.


bese umngani esendlini aphendule athi: ‘Ungangihluphi; sekuvaliwe emnyango, sesilele, mina kanye nabantwana bami; anginakuvuka, ukuba ngikunike utho.’


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan