IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:9 - IsiZulu 20209 Ungephuce inhliziyo yami, dadewethu, makoti wami. Ungephuce inhliziyo yami ngokungibuka kanye nje ngeso lakho, nangomucu owodwa nje womgexo wentamo yakho. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ungaphucile inhliziyo yami, dadewethu, makoti wami; ungaphucile inhliziyo yami ngelinye lamehlo akho, ngomgexo munye wentamo yakho. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20249 Uyikhazimulisile inhliziyo yami, dadewethu, makoti wami; uyikhazimulisile inhliziyo yami ngelinye lamehlo akho, nangeketanga elilodwa lentamo yakho. Faic an caibideil |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”