Obadiya 1:5 - IsiZulu 20205 Uma uthelekelwa ngamasela, nabaphangi ebusuku, uyakuphundlwa kangakanani! Abayukweba yini bazanelise bona na? Uma abavuna izithelo zomvini begaleleka kuwe, abayukuwushiya yini umkhothozo na? Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Uma amasela efika kuwe, nabaphangi ebusuku yeka ukuchithwa kwakho bebengayikweba baze baneliswe na? Uma abavuna izithelo zomvini befika kuwe, bebengayikushiya umkhothozo na? Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20245 Uma amasela efika kuwe njengabaphangi ebusuku, (yeka ukubhujiswa kwakho!) abengayikweba aze asuthe na? uma abavuni bezithelo zomvini befika kuwe, bebengayikushiya izithelo zomvini na? Faic an caibideil |