Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




NgokukaMarku 15:3 - IsiZulu 2020

3 Abaphristi abakhulu bamethwesa amacala amaningi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abapristi abakhulu bammangalela ngokuningi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Abapristi abakhulu bammangalela ngokuningi, kepha akaphendulanga lutho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abapristi abakhulu bammangalela ngokuningi, kepha akaphendulanga lutho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




NgokukaMarku 15:3
11 Iomraidhean Croise  

Yacindezelwa, yahlushwa, kodwa ayiwuvulanga umlomo wayo. Njengewundlu liyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu ithule phambi kwabagundi bayo, ayiwuvulanga umlomo wayo.


Ngenxa yalokhu, uPilatu wayefuna ukumkhulula, kodwa abaJuda bamemeza, bathi: “Uma umkhulula lo muntu, awusiye umngani kaKhesari. Noma ngubani ozenza inkosi, umelene noKhesari.”


Kepha uJesu akabuyanga waphendula utho, waze wamangala uPilatu.


Nakuba abaphristi abakhulu namalunga bemethwesa icala, kodwa Yena akaphendulanga.


UPilatu wambuza, wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na?” Waphendula wathi kuye: “Usushilo.”


UPilatu wabuye wambuza, wathi: “Awuziphenduleli ngalutho na? Bheka nje ukuthi maningi kangakanani amacala abakwethwesa wona.”


Impela nginjengesithulu, nanjengesimungulu esingawuvuli umlomo waso.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan