Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 12:5 - IsiZulu 2020

5 Futhi anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abaphristi bayona ethempelini, kodwa bangabekwa cala na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Futhi anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala, na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 12:5
7 Iomraidhean Croise  

Ngabathethisa abaholi bakwaJuda, ngathi kubo: “Nibenzelani lobu bubi bokungcolisa iSabatha na?


‘Yisho kuyo indlu yakwa-Israyeli, uthi: “Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: uyabona-ke, sengizoyingcolisa indlu yami engcwele; ukuzigabisa ngamandla enu, ukunxanela kwamehlo enu, nokuthanda kwempilo yenu. Amadodana namadodakazi enu eniwashiyile, ayakudliwa yinkemba.


Amasabatha ngamasabatha, uyakuzihlela njalo phambi kukaSimakade, njengokuzinikela kwabantu bakwa-Israyeli, nanjengesivumelwano esiphakade.


ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zobukhona okungavunyelwe ukuba azidle, kodwa ezidliwa abaphristi kuphela na?


Kepha ngithi kini: kukhona lapha okukhulu kunethempeli.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan