Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




KumaHeberu 12:12 - IsiZulu 2020

12 Ngakho-ke qinisani izandla ezibuthakathaka namadolo axegayo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngakho-ke qinisani izandla ezibuthakathaka namadolo axegayo,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngakho-ke phakamisani izandla eziwileyo namadolo axegayo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakho-ke phakamisani izandla eziwileyo namadolo axegayo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




KumaHeberu 12:12
11 Iomraidhean Croise  

Amadolo ami ayaxega ngenxa yokuzila ukudla, nomzimba wami awusanonophele.


Qinisani izandla eziyethileyo, niqinise amadolo axegayo.


Kuyakuthi lapho bethi kuwe: ‘Ububulelani na?’ uthi kubo: ‘Kungenxa yombiko, ngokuba ngesikhathi oyakufika ngaso, zonke izinhliziyo ziyakudikibala, izandla zidangale, yonke imiphefumulo ibe buthakathaka, kugcwale amanzi emadolweni.’ Lokhu kuyeza, futhi kuyakwenzeka,” kusho iNkosi uSimakade.


Zonke izandla ziyoba ntekenteke, namadolo wonke abe manzi te.


Kwase kuhwaqabala ubuso bayo, imicabango yayo yayiyesabisa, kwaxega amanyonga okhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


Alisenalutho, kukhala ibhungane, futhi liyincithakalo, inhliziyo iyancibilika, kushayana amadolo, izinhlungu zikhungethe lonke ukhalo, nobuso babo bonke buphaphathekile.


Ngalolo lusuku kuyakuthiwa kulo iJerusalema: “Ungesabi, Ziyoni! Izandla zakho mazingayethi.


Bazalwane, siyanikhuthaza futhi niwayale amavila; duduzani abajabhileyo, nisekele ababuthakathaka, futhi nibabekezelele bonke.


Yebo, mqondeni yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali nidangale emiphefumulweni yenu.


Senikhohliwe yini ukugqugquzela aniyala ngakho nina eningabantwana, ethi: “Ndodana yami, ungakwedeleli ukuyala kweNkosi, ungadangali nxa Yona ikusola;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan