Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Johane 15:3 - IsiZulu 2020

3 Nina senihlanzekile ngenxa yezwi engilikhulume kini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Nina senihlanzekile ngezwi engilikhulume kinina.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Nina senihlambulukile ngezwi engilikhulume kini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Nina senihlambulukile ngezwi engilikhulume kini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Johane 15:3
6 Iomraidhean Croise  

UJesu wathi kuye: “Ogeziweyo kadingi lutho olunye, kuphela ukugezwa izinyawo, ngalokho umzimba wonke ugezekile. Nina-ke nigezekile, kodwa hhayi nina nonke.”


Yilelo nalelo gatsha elikimi, elingatheli izithelo, uyalisusa. Kepha yilelo nalelo elithela izithelo, uyalithena ukuze lithele kakhulu.


Bangcwelise ngeqiniso, izwi lakho liyiqiniso.


Ngenxa yabo ngiyazingcwelisa, ukuze nabo bangcweliswe ngeqiniso.


ukuba alingcwelise, alihlambulule ngokuligeza ngamanzi, nangezwi,


Senihlambululile imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso, ukuze uthando lwenu lobuzalwane lungabi nakuzenzisa; nithandane ngokuphelele, omunye nomunye, kuqubuka enhliziyweni emhlophe.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan