Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IzEnzo 27:7 - IsiZulu 2020

7 Sahamba kancane ngenxa yomoya, kwasithatha isinsuku eziningi saze safika kanzima ngaseKhinidu, kwazise umoya wawusivimbile, sagudla iKhrethe maqondana neSalimone,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Sesihambe kancane izinsuku eziningi saze safika kalukhuni ngaseKinidu, umoya ungasivumeli, sagudla iKrethe maqondana neSalimone,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Sesihambe kancane izinsuku eziningi, safika kalukhuni ngaseKinidu, umoya ungasivumeli, sagudla iKrethe malungana neSalimone;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Sesihambe kancane izinsuku eziningi, safika kalukhuni ngaseKinidu, umoya ungasivumeli, sagudla iKrethe malungana neSalimone;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IzEnzo 27:7
6 Iomraidhean Croise  

abaJuda namaphroselithe, abaseKhrethe nabase-Arabhiya, siyabezwa bekhuluma ngezilimi zakithi, ngemisebenzi emikhulu kaNkulunkulu.”


Kwase kuyisikhathi eside bengadli lutho, uPawula wasukuma phakathi kwabo, wathi: “Madoda, ngabe nalalela mina, anasuka eKhrethe, naphepha kule ngozi nakulokhu kulahlekelwa.


Sasuka lapho, sagudla ngezansi kweKhuphro, ngokuba umoya wawuphikisana nathi.


Omunye wabo, umphrofethi wakubo, wathi: “AbaseKhrethe bangabaqambimanga njalo, izilwane ezimbi, neziminzi ezivilaphayo.”


Ngakushiya eKhrethe ngenhloso yokuba uqondise obekusasele, futhi njengalokhu ngakuyala, uqoke amalunga kuyo yonke imizi,


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan