Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IzEnzo 24:4 - IsiZulu 2020

4 Kepha angithandi ukukuchithela isikhathi, ngiyacela ukuba ngobumnene bakho usiphe indlebe nje okwethutshana.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha ukuba ngingakubambezeli, ngiyakuncenga ukuba ngobumnene bakho usizwe ngokufushane.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IzEnzo 24:4
5 Iomraidhean Croise  

Felikisi oHlonipheke kakhulu, siyakwamukela lokhu ngokubonga ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke.


“Le ndoda siyithole iluhlupho, iphehla udweshu kubaJuda kulo lonke izwe, ingumholi wehlelo lamaNazaretha,


ukuthi wangambulela ngesambulo imfihlakalo, njengoba nganilobela kafushane ngaphambilini;


Ukubekezela kwenu akwaziwe ngabantu bonke; iNkosi iseduze.


Ngingabuye ngithini ngokukholwa na? Ngingaphelelwa yisikhathi uma ngingaqhubeka ngilande ngoGideyoni, uBharaki, uSamsoni, uJeftha; ngoDavide noSamuweli nangabaphrofethi,


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan