Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsiLilo 4:2 - IsiZulu 2020

2 Amadodana aseZiyoni akhethekileyo ayefana negolide elicolekileyo, kodwa manje asefana nezitsha zebumba, ezingumsebenzi wezandla zombumbi!

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Amadodana anqabileyo aseSiyoni, elingene negolide elihle, yeka ukuthiwa kwawo ayizitsha zebumba, imisebenzi yezandla zombumbi!

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Amadodana ayigugu aseSiyoni alingana negolide elihle, yeka ukuthi abhekwa njengezitsha zebumba, umsebenzi wezandla zombumbi!

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsiLilo 4:2
12 Iomraidhean Croise  

Luzobhidlizwa njengokuphahlazeka kwesitsha sombumbi, esiphihlizwa singahawukelwa, kuze kungabe kusatholakala phakathi kwezingcezu ngisho nelokuthatha umlilo eziko, nelokucakula amanzi kuwo umthombokwakhiwa.”


Akekho oliqondisayo phakathi kwawo wonke amadodana eliwazeleyo. Akekho olibamba ngesandla kuwo wonke amadodana eliwakhulisileyo.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Hamba uthenge uphiso lobumba lombumbi, uthathe amanye amalunga abantu namanye amalunga abaphristi,


uthi kuwo: ‘Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: Ngiyakubaphihliza kanjalo laba bantu nalo muzi, njengokuphihlizwa kwesitsha sombumbi esingayukubuye sihlanganiseke; bayakumbelwa eThofethi, ngokuba akuyukuba bikho ndawo yokungcwaba.


Le ndoda, uKhoniya, iyibhodwe elidelelwayo, noma isitsha esingafunwa muntu. Kungani ukuba yena nozalo lwakhe belahliwe, balahlelwa ezweni abangalaziyo na?


“Abancane nabadala badindilize emigwaqweni; izintombi nezinsizwa zami ziwe ngenkemba. Uzibulale ngosuku lwentukuthelo yakho; wazibulala ngokungenaluzwelo.


Izikhulu ziphanyekwa ngezandla zazo; abahlonishwa nabadala.


U-Israyeli uyagwinywa, manje sebephakathi kwabezizwe njengesitsha okungekho ntokozo kuso.


Ngokuba ngizonweba uJuda njengomnsalo, u-Efrayimi abe njengomcibisholo. Ngiyakwenza amadodana akho Ziyoni avukele amadodana akho Javani. Ngikwenze ube njengenkemba yeqhawe.


Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obukhulu kakhulu bube ngobukaNkulunkulu, hhayi obuvela kithi.


Kepha endlini enkulu akuhlali kuphela izitsha zegolide nezesiliva, kodwa nezokhuni nezebumba; ezinye ngezihloniphekileyo, ezinye ngezingahloniphekile.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan