Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsiLilo 4:12 - IsiZulu 2020

12 Amakhosi omhlaba, nazo zonke izakhamuzi zawo, azikholwanga ngukuthi izitha nabamelene neJerusalema babengangena emasangweni alo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amakhosi omhlaba ayengakholwa kanye nabo bonke abakhileyo ezweni ukuthi abamelene nabo nezitha zabo babeyakungena emasangweni aseJerusalema.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amakhosi omhlaba kanye nabo bonke abakhileyo emhlabeni babengeke bakholwe ukuthi isitha nesitha kufanele bangene emasangweni eJerusalema.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsiLilo 4:12
5 Iomraidhean Croise  

Ngenyanga yesihlanu, ngosuku lwesikhombisa lwayo, okwakungunyaka we-19 wenkosi uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, kwafika eJerusalema uNebuzaradani, induna yabalindi, inceku yenkosi yaseBhabhele.


Bheka, ngimelene nani, nina enakhe esigodini, wena dwala lethafa, kusho uSimakade. Nina enithi: “ ‘Ngubani oyakwehla asihlasele na? Ngubani oyakungena ezindaweni esizifihle kuzo na?’


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan