IsAmbulo 9:20 - IsiZulu 202020 Kepha abanye abantu abangabulawanga ngalezo zinhlupheko abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuba bangakhuleki kuwo amadimoni, nakuzo izithombe zegolide, ezesiliva, ezethusi, ezamatshe, ezemithi, ezingaboni, ezingezwa, nezingahambi. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Kepha abaseleyo babantu abangabulawanga ngalezo zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo ukuba bangakhuleki kuwo amademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezamatshe, nezemithi, ezingenakho ukubona, nakuzwa, nakuhamba, Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible20 Kepha bonke abanye abantu abangabulawanga yilezi zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuze bangakhuleki kumademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezetshe, nezokhuni; akaboni, angezwa, angahambi; Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202420 Kepha bonke abanye abantu abangabulawanga yilezi zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuze bangakhuleki kumademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezetshe, nezokhuni; akaboni, angezwa, angahambi; Faic an caibideil |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.