Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsAmbulo 21:16 - IsiZulu 2020

16 Umuzi wawunezinhlangothi ezine, ubude bawo bulingana nobubanzi bawo. Wawukala umuzi ngenduku; ubude, ububanzi, nokuphakama kwawo kwakulingana, kungamastadiyu ayizi-12 000.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Umuzi umi unezinhlangothi ezine, nobude bawo bungangobubanzi bawo. Walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu* ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kulingene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Umuzi wawunezinhlangothi ezine ezilinganayo, ubude bawo bungangobubanzi bawo; walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu ayizinkulungwane eziyishumi nambili. ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kuyalingana.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Umuzi wawunezinhlangothi ezine ezilinganayo, ubude bawo bungangobubanzi bawo; walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu ayizinkulungwane eziyishumi nambili. Ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kuyalingana.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsAmbulo 21:16
6 Iomraidhean Croise  

Wakala ubude bokuphakathi kwaba ngamakhubhithi angama-20 phambi kwethempeli. Wayesethi kimi: “Lena yindawo engcwele kakhulu.”


Wayilinganisa ezinhlangothini zozine. Yayinogange oluyizungeze gimbici, ubude balo babungamakhubhithi angama-500 kanjalo nobubanzi balo, ukuba kwehlukaniswe phakathi kokungcwele nokungengcwele.


“Kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-18 000 nxazonke. “Igama lomuzi, kusukela ngalolo lusuku, kuyakuthiwa USIMAKADE ULAPHA.”


Owayekhuluma nami wayephethe induku yegolide yokulinganisa, ayezolinganisa ngayo umuzi, amasango awo, nogange lwawo.


Walukala nogange lwawo, lwalungamakhubhithi ayi-144, ngokulinganisa kwengelosi, okungokwabantu futhi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan