IsAmbulo 10:5 - IsiZulu 20205 Ingelosi engayibona ime phezu kolwandle naphezu komhlabathi, yaphakamisa isandla sayo sokunene yasibhekisa ezulwini, Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlabathi yayisiphakamisela ezulwini isandla sayo sokunene, Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible5 Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlaba yasiphakamisela isandla sayo ezulwini. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20245 Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlaba yasiphakamisela isandla sayo ezulwini. Faic an caibideil |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.
Ngezwa umuntu owayembethe ilineni, ephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nengxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.