Hoseya 12:7 - IsiZulu 20207 IKhanani liphethe izikali zenkohliso esandleni salo, liyakuthanda ukuqola. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 IKhanani linesilinganiso esikhohlisayo esandleni salo, lithanda ukukhahlameza. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20247 Ungumthengisi, izilinganiso zenkohliso zisesandleni sakhe; uthanda ukucindezela. Faic an caibideil |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”