Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Esteri 1:7 - IsiZulu 2020

7 Okuphuzwayo kwakuthungelwa ezindebeni zegolide ezahlukahlukene, iwayini laliliningi njengokufanele inkosi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Baphuziswa ngezitsha zegolide, izitsha zahlukene, ezinye nezinye, iwayini lamakhosi eliningi njengokwesandla senkosi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Base bephuza ngezitsha zegolide (izitsha zahlukene enye kwenye) newayini lenkosi ngobuningi, njengokwesimo senkosi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Esteri 1:7
6 Iomraidhean Croise  

Zonke izitsha zokuphuza zenkosi uSolomoni zazingezegolide, zonke izitsha zendlu yeHlathi leLebhanoni nazo zazingezegolide, zingekho ezenziwe ngesiliva, ngoba lona lalingabalulekile ngesikhathi sikaSolomoni.


Zonke izitsha zokuphuza zenkosi uSolomoni zaziyigolide, nazo zonke izitsha ezaziseHlathini eLebhanoni zaziyigolide elicwengekileyo; isiliva lalingento etheni emihleni kaSolomoni.


Okuphuzwayo kwakhishwa ngokomthetho, akekho owayephoqwa; ngokuba inkosi yayiyale zonke izikhulu zayo zasesigodlweni ukuba zenzele wonke umuntu ngokufisa kwakhe.


Inkosi yenzela zonke izikhulu zayo nezinceku zayo idili: “Idili lika-Esteri.” Lolo lusuku lwaba yiholide ezifundazweni, futhi yapha abantu izipho njengobuningi bengcebo yasebukhosini.


Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan