Esteri 1:13 - IsiZulu 202013 Kwakuwumkhuba wenkosi ukubuza maqondana nezinto eziphathelene nomthetho nokwehlulela, kubeluleki, Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Yayisisho inkosi kwabahlakaniphileyo abazazi izikhathi ngokuba yayinendlela enjalo inkosi phambi kwabo bonke ababewazi umthetho nokwahlulela; Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202413 Inkosi yasisithi kwabahlakaniphileyo ababezazi izikhathi, ngoba sasinjalo isimo senkosi kubo bonke ababewazi umthetho lokulunga: Faic an caibideil |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”