Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 5:3 - IsiZulu 2020

3 Simakade, ekuseni uyalizwa izwi lami; ekuseni ngethula kuwe isicelo sami, ngilinde.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Jehova, ekuseni uyalizwa izwi lami; ekuseni ngiyakuzibika kuwe, ngilinde.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Jehova, uyakulizwa izwi lami ekuseni; ekuseni ngiyakuwubhekisa kuwe umkhuleko wami, ngibheke phezulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 5:3
15 Iomraidhean Croise  

Benza ukuba ukukhala kwabampofu kufinyelele kuye, wakuzwa ukukhala kwabahluphekayo.


Ngivuka ekuseni ngovivi ngikhale; ngiyawethemba amazwi akho.


Nkosi, yizwa izwi lami; izindlebe zakho mazilalele izwi lokunxusa kwami.


Umphefumulo wami ulindela iNkosi kunabalindi abalindela ukusa.


Ngiyakuphakamisa Wena Nkulunkulu wami, Nkosi, ngilituse igama lakho phakade naphakade.


Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula.


Ngawe sizakuzilahla phansi izitha zethu, ngegama lakho sizakubanyathela abasivukelayo.


Ekuseni, emini nantambama ngizokhala kuye, ngibubule, uzolizwa izwi lami.


Ngiphendule, Simakade, ngokuba umusa wakho muhle, ngokwesihawu sakho esikhulu, phendukela ngakimi.


UNkulunkulu uyiNkosi yami kuze kube phakade, nguye owenza insindiso emhlabeni.


Babusisiwe abahlala endlini yakho; bayakuhlala bebonga Wena. Sela


Simakade, mina ngikhala kuwe, ekuseni umkhuleko wami uyenyuka phambi kwakho.


Ebusuku umphefumulo wami uyakulangazelela, ngiyokufunisisa ngomoya ongaphakathi kwami. Ngokuba lapho izehlulelo zakho zisemhlabeni, izakhamuzi zasemhlabeni zifunda ukulunga.


Walizwa izwi lami lapho ngithi: “Ungayisithezi indlebe yakho ekunxuseni kwami, ngicela usizo.”


Kwathi ekuseni ngovivi, wavuka, waphuma, waya endaweni eyihlane, wayokhuleka khona.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan