AmaHubo 37:3 - IsiZulu 20203 Thembela kuSimakade, wenze okuhle, ukuze uhlale ezweni, uzondle ngokukholeka; Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Themba kuJehova, wenze okulungileyo; hlala ezweni, uzondle ngokukholeka; Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20243 Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa. Faic an caibideil |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’