Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 128:6 - IsiZulu 2020

6 ubone abantwana babantwana bakho. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyakubona abantwana babantwana bakho. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yebo, uyakubabona abantwana babantwana bakho, nokuthula phezu kuka-Israyeli.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 128:6
7 Iomraidhean Croise  

U-Israyeli wathi kuJosefa: “Ngangingasalindele ukuthi ngiyophinde ngibubone ubuso bakho. Manje bheka, uNkulunkulu ungivumele ukuba ngibone ngisho nabantwana bakho imbala.”


waze wabona ngisho isizukulwane sesithathu sabantwana baka-Efrayimi; nabantwana bakaMakhiri indodana kaManase, wabagona ethangeni lakhe besanda kuzalwa.


Emveni kwalokho uJobe waphila iminyaka eyi-140, wabona amadodana akhe namadodana amadodana akhe, kwaze kwaba yizizukulwane ezine.


kodwa abaphambukela ezindleleni zabo ezigwegwileyo, uSimakade uzobaxosha kanye nabenza okubi. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.


Abazukulu bangumqhele wabadala, abazali bayigugu kubantwana.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Ngiyakwelulela kulo ukuthula njengomfula, nenkazimulo yezizwe njengomfudlana okhukhulayo, niyoncela, niphathwe ngezingalo zalo, nitotoswe nisemathangeni.


ukuba iNdodana yakhe ayambule kimi, ukuze ngishumayele ivangeli lakhe kwabezizwe, angizange ngibuze muntu ngaleso sikhathi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan