Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 102:20 - IsiZulu 2020

20 ukuba ezwe ukububula kweziboshwa, akhulule labo abase beqonde ekufeni,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 ukuba ezwe ukububula kwesiboshwa, akhulule abantwana bokufa,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ukuze uzwe ukukhala kwesiboshwa; ukukhulula abamiselwe ukufa;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 102:20
15 Iomraidhean Croise  

UJehowahazi wamnxusa uSimakade, uSimakade wamuzwa. USimakade wabona ingcindezelo inkosi yase-Aramu eyayicindezele ngayo u-Israyeli.


Kusukela emzini kububula abafayo, amaphimbo abalimele kakhulu ayakhala ecela usizo, kodwa uNkulunkulu akayinaki imithandazo yabo.


Obenzela ubulungiswa abacindezelweyo, opha abalambileyo ukudla, uSimakade uyazikhulula iziboshwa.


Ukububula kwesiboshwa makuze phambi kwakho; londoloza ngobukhulu bengalo yakho asebengabantwana bokufa.


USimakade wathi: “Ngikubonile ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibhithe, futhi ngikuzwile ukukhala kwabo ngenxa yababacindezelayo, ngiyakwazi nokuhlupheka kwabo.


owenza izwe laba yihlane, wabhubhisa imizi yalo, akazivumela iziboshwa ukuba zibuyele emakhaya na?’


Bheka phansi usendaweni yobungcwele bakho emazulwini, ubusise abantu bakho u-Israyeli nomhlaba osinike wona njengokufunga kwakho kokhokho, izwe elichichima ubisi noju.’


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan