Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 8:4 - IsiZulu 2020

4 UGideyoni wafika eJordani waliwela namadoda angama-300 ayehamba nawo, bekhathele futhi befile yindlala.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UGideyoni wafika eJordani, wawela, yena namadoda angamakhulu amathathu ayenaye, eyethile, esaxosha nokho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UGideyoni wafika eJordani, wawela, yena namadoda angamakhulu amathathu ayenaye bekhathele, kepha babaxosha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 8:4
10 Iomraidhean Croise  

Ngakho asidangali, nakuba umuntu wethu wangaphandle ebhubha, nokho owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla.


Masingakhathali ngukwenza okuhle, ngokuba siyovuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.


Abamba abakhuzi bempi bakwaMidiyani ababili, u-Orebhi noZebhi, u-Orebhi bambulalela edwaleni lika-Orebhi, uZebhi bambulalela esikhamweni sewayini sikaZebhi, ngesikhathi bexosha abakwaMidiyani. Baletha amakhanda o-Orebhi noZehebhi kuGideyoni, phesheya kweJordani.


UNkulunkulu unikele esandleni senu abakhuzi bempi yakwaMidiyani, u-Orebhi noZebhi; yini engiyenzile engaqhathaniswa nenikwenzile, na?” Lapho esho lokhu, ulaka lwabo lwabohla.


UDavide waqhubeka nokuwaxosha ama-Amaleki yena nabantu abangama-400, kodwa abangama-200 basala ngemuva, ngoba babekhathele ukuba bangawela umfudlana iBhesori.


UDavide wabuza kuSimakade, wathi: “Ngilixoshe yini lelo viyo na? Ngiyakulifica yini na?” Wamphendula wathi: “Lixoshe, uyakulifica impela, bese ubakhulula bonke.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan