Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 2:21 - IsiZulu 2020

21 angiyukuphinde ngixoshe abantu phambi kwabo, noma yisiphi sesizwe kwezashiywa nguJoshuwa ekufeni kwakhe,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 angiyikuphinda ngixoshe phambi kwabo noyedwa walezo zizwe azishiyayo uJoshuwa ekufeni kwakhe,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Futhi kusukela manje kuqhubeke ngeke ngixoshe muntu phambi kwabo ezizweni uJoshuwa azishiya lapho efa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 2:21
8 Iomraidhean Croise  

Ngokuba abazenzanga izehlulelo zami, bazilahla izimiso zami, bawangcolisa amasabatha ami, amehlo abo alangazelela izithombe zoyise.


yazini impela ukuthi uSimakade uNkulunkulu wenu akayukuqhubeka axoshe lezi zizwe phambi kwenu, kodwa ziyoba wugibe nonoxhaka kini, nenkalivasi ezinhlangothini zenu, nameva emehlweni enu, nize nibhubhe kuleli lizwe elihle uSimakade uNkulunkulu wenu aninike lona.


Bhekani, nginabele njengefa lezizwana zenu, zonke izizwe ezisasele, nazo zonke izizwe engazibhubhisa, kusukela eJordani kuze kufike oLwandle Olukhulu entshonalanga.


USimakade uNkulunkulu wenu uyakuzixosha, azidungule phambi kwenu; niyakulidla izwe lazo, njengalokhu uSimakade uNkulunkulu wenu ethembisile kini.


Emveni kokufa kukaJoshuwa, abantu bakwa-Israyeli babuza kuSimakade, bathi: “Ngubani ozosihola siyokulwa namaKhanani, na?”


Ngakho-ke manje ngithi: angizukuzixosha phambi kwenu, kodwa zizomelana nani, onkulunkulu bazo bayoba wugibe kini.”


Nazi izizwe uSimakade azishiya ukuze avivinye ngazo bonke abakwa-Israyeli ababengenalwazi ngempi eKhanani,


Kwakuyilezi izizwe: amakhosi ayisihlanu amaFilisti, nawo wonke amaKhanani, amaSidoni, amaHivi ayehlala entabeni iLebhanoni, kusukela entabeni iBhali Hermoni kuze kube seHamathi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan