Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 19:8 - IsiZulu 2020

8 Ngosuku lwesihlanu yavuka ngovivi ukuze ihambe, umukhwe wayo wathi: “Ake uncenge inhliziyo yakho, nilinde lize lithambame.” Bahlala laze lathambama, omabili lawo madoda adla, aphuza.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wavuka ekuseni kakhulu ngosuku lwesihlanu ukuba ahambe; uyise wentombi wathi: “Ake uhlumelele inhliziyo yakho, nihlale lize lithambame ilanga.” Badla-ke bobabili.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wavuka ekuseni kakhulu ngosuku lwesihlanu ukuba ahambe; uyise wentombazana wathi: Dumisa inhliziyo yakho. Bahlala kwaze kwaba semini, badla bobabili.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 19:8
4 Iomraidhean Croise  

newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.


Ngosuku lwesine bavuka kusempondozankomo ukuze umkhwenyana ahambe, kodwa uyise wentombi wathi kuye: “Misa insika ngocezu lwesinkwa, emveni kwalokho ningahamba.”


Lapho indoda ivuka ngakusasa ukuba ihambe, umukhwe wayo waqhubeka eyincenga, yalala futhi lapho.


Lapho indoda nesancinza sayo, nenceku yayo, besukuma ukuba bahambe, umukhwe wayo, uyise wentombi wathi kuyo: “Bheka, ilanga seliyashona, sekuzakuhwalala; ake nilale lapha ngalobu busuku. Uyabona ilanga seliyashona. Hlala lapha ukuba inhliziyo yakho ithokoze, nivuke ngovivi kusasa ningene indlela, nibuyele ekhaya.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan