Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 9:12 - IsiZulu 2020

12 UMefibhoshethi wayenendodana encane, igama layo kunguMikha. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibhoshethi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UMefibosheti wayenendodana encane egama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaSiba babe yizinceku zikaMefibosheti.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UMefibosheti wayenendodana encane igama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibosheti.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 9:12
8 Iomraidhean Croise  

UZiba wathi enkosini: “Ngizokwenza njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo.” UMefibhoshethi uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi.


UMefibhoshethi wayesehlala eJerusalema, edla njalo etafuleni lenkosi; wayenezinyawo ezikhubazekile.


UShaharayimi wazala abantwana kwaMowabi, esebahambisile omkakhe uHushimi noBhahara.


uMikha, uRehobhe, uHashabhiya,


noMathaniya kaMikha, kaZabhidi, ka-Asafa, induna yomkhuleko wokubonga, noBhakibhukiya, owesibili phakathi kwabafowabo, no-Abhida kaShamuwa kaGalali kaJeduthuni.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan