Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 3:26 - IsiZulu 2020

26 UJowabe, esephumile phambi kukaDavide, wathumela izithunywa emva kuka-Abhineri, zambuyisa esengasemthonjeni eSira, kodwa uDavide wayengazi ngalokho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 UJowabe esephumile kuDavide wathuma izithunywa ukulandela u-Abineri, zambuyisa emthonjeni waseSira, kepha uDavide wayengakwazi lokho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

26 UJowabe esephumile kuDavide, wathuma izithunywa ukuba zilandele u-Abineri, zambuyisa emgodini waseSira; kepha uDavide ubengakwazi lokho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 3:26
4 Iomraidhean Croise  

Uyazi ukuthi u-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze ukuzokukhohlisa, nokwazi ukuphuma nokungena kwakho, nokuthi akwazi konke okwenzayo.”


U-Abhineri esebuyele eHebhroni, uJowabe wambizela eceleni ngasesangweni ukuze akhulume naye ngasese. Wamgwaza esiswini wafela lapho, ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan