2 Samuweli 3:13 - IsiZulu 202013 Wathi: “Kulungile, ngizokwenza isivumelwano nawe, kodwa kunento eyodwa nje engiyifuna kuwe: ukuba ungalokothi uvele phambi kwami uma ungalethi uMikhali, indodakazi kaSawule, ngesikhathi uzongibona.” Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Wathi: “Kuhle; ngiyakwenza isivumelwano nawe, kepha yinto inye engiyifuna kuwe, ngeyokuthi awuyikubona ubuso bami, uma ungalethi kuqala phambi kwami uMikhali indodakazi kaSawule, lapho uzayo ukubona ubuso bami.” Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202413 Wathi: “Kuhle; Ngizokwenza isivumelwano nawe, kodwa yinye into engiyibiza kuwe, okungukuthi: Ngeke ububone ubuso bami, uma uletha kuqala uMikhali indodakazi kaSawule, lapho uzobona ubuso bami. Faic an caibideil |