Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 22:8 - IsiZulu 2020

8 “Umhlaba wawusuzamazama, wandindizela; izisekelo zezulu zathuthumela, zaqhaqhazela, ngokuba ethukuthele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Umhlaba wawusuzamazama, wadikizela; izisekelo zezulu zathuthumela, zaqhaqhazela ngokuba ethukuthele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Umhlaba wazamazama, wazamazama; izisekelo zezulu zanyakaza, zazamazama, ngokuba wayethukuthele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 22:8
13 Iomraidhean Croise  

Kepha umuntu oyowathinta, uyohlonyiswa ngensimbi noma ngothi lomkhonto, aze ashiswe ngomlilo angqongqe khona lapho.”


Izinsika zezulu ziyathuthumela, zethuswa ngukukhuza kwakhe.


Umhlaba wazamazama, wathuthumela, izisekelo zezintaba zanyakaza, zashukumela emuva naphambili, wavutha.


umhlaba wazamazama, izulu laconsa phambi kukaNkulunkulu, neSinayi yazamazama phambi kukaNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli.


Izwi lokuduma kwakho lisesiphephweni, imibani yakhanyisa izwe, umhlaba wandindizela, wazamazama.


Indlela yakho yayisolwandle, imendo yakho isemanzini amaningi, kodwa amanyathelo akho awabonakalanga.


Imibani yakhe ikhanyisa umhlaba, ukubona lokho umhlaba qede uthuthumele.


Izintaba ziyazamazama phambi kwakhe, amagquma ancibilike, umhlaba uyavokomala, nezwe nabo bonke abahlala kulo.


Isihenqo sethempeli sadabuka kabili; kusukela phezulu kuze kufike phansi. Umhlaba wazamazama, amadwala aqhekezeka,


Kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, ngokuba ingelosi yeNkosi yehla ezulwini, yeza, yaligingqa itshe, yahlala phezu kwalo.


Kwathi sebekhulekile, kwazanyazanyiswa indawo ababehlanganele kuyo, bonke bagcwaliswa nguMoya oNgcwele, bakhuluma izwi likaNkulunkulu ngesibindi.


“Simakade lapho uphuma eSeyiri, uphuma esifundeni kwa-Edomi umhlaba wazamazama namazulu ayithulula, amafu athulula amanzi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan