Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 21:4 - IsiZulu 2020

4 AbaseGibheyoni bathi kuye: “Lokhu akuphathelene nasiliva nagolide noma noSawule nendlu yakhe, futhi akuhlangene nakubulala muntu kwa-Israyeli.” Wathi kubo: “Noma yini eniyishoyo, ngiyonenzela yona.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 AbaseGibeyoni bathi kuye: “Akundaba yesiliva negolide noSawule nendlu yakhe, futhi akundaba yokubulala umuntu kwa-Israyeli.” Wathi: “Enikushoyo ngiyakunenzela khona.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 AbaseGibeyoni base bethi kuye: “Asiyikuthatha isiliva negolide kuSawule nasendlini yakhe; ungasibulaleli muntu kwa-Israyeli. Wathi: “Lokho okushoyo, ngizokwenzela khona.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 21:4
5 Iomraidhean Croise  

Wathi: “Ngizokunikani na?” UJakobe wathi: “Awuyukunginika lutho. Ngenzele kube kunye nje, ngizoqhubeka ngikwelusele umhlambi wakho, ngiwunakekele.


“ ‘Aniyukuthatha nhlawulo ukuze nisindise umbulali onecala okufanele afe ngenxa yalo, umbulali kufanele abulawe.


“ ‘Aniyukuyithatha inhlawulo kumuntu obalekele emzini wokuphephela, ukuze obhacile abuye azohlala ezweni, engakafi umphristi omkhulu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan