Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 19:2 - IsiZulu 2020

2 Ukunqoba ngalolo lusuku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa kuthiwa ngalolo lusuku: “Inkosi idabukile ngenxa yendodana yayo.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubantu bonke, ngokuba abantu bezwa kwathiwa ngalolo suku: “Inkosi idabukile ngendodana yayo.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa ngalolo suku ukuthi inkosi idabukile ngendodana yayo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 19:2
5 Iomraidhean Croise  

UJowabe, indodana kaZeruya, wabona ukuthi inhliziyo yenkosi iku-Absalomu.


Kwabikelwa uJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, ililela u-Absalomu.”


Abantu bangena benyenya emzini ngalolo lusuku kungathi banamahloni, ngoba bebalekela impi.


Uma inkosi ithokozile kukhona ukuphila, nesisa sayo sinjengefu lemvula yakamuva.


Ukuthukuthela kwenkosi kunjengokubhonga kwengonyama, kepha isihe sayo sinjengamazolo otshanini.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan