Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 18:12 - IsiZulu 2020

12 Lowo muntu wathi kuJowabe: “Noma ngabe bengizokhokhelwa izinhlamvu zesiliva eziyinkulungwane esandleni sami, nokho bengingeke ngibeke isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba sizwile ngezindlebe zethu inkosi ikuyala wena no-Abhishayi no-Ithayi, ithi: ‘Yilondeni insizwa u-Absalomu.’

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wathi-ke umuntu kuJowabe: “Noma bengiyakukhokhelwa izinhlamvu eziyinkulungwane zesiliva esandleni sami, nokho bengingayikuselulela isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba ezindlebeni zethu inkosi yakuyala wena no-Abishayi no-Ithayi ukuthi: ‘Yilondeni insizwa u-Abisalomu.’

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wayesethi lowo muntu kuJowabe: “Noma ngathola esandleni sami amashekeli ayinkulungwane esiliva, bengingeke ngiphakamise isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba inkosi yayala wena no-Abishayi no-Ithayi phambi kwezindlebe zethu, yathi: “Dlulani! akekho othinta insizwa u-Absalomu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 18:12
3 Iomraidhean Croise  

UJowabe wathi kumuntu ombikeleyo: “Umbone ngempela? Pho awumjuqanga ngani khona lapho, awele phansi na? Ngabe ngikunike izinhlamvu zesiliva ezilishumi nebhande.”


Inkosi yayaleza uJowabe, u-Abhishayi no-Ithayi, yathi: “Anoyiphatha kahle insizwa ngenxa yami; ngisho u-Absalomu.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyaleza zonke izinduna ngo-Absalomu.


Kwabikelwa uJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, ililela u-Absalomu.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan