Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 17:4 - IsiZulu 2020

4 Leli lizwi lamjabulisa u-Absalomu nawo wonke amalunga akwa-Israyeli.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu nawo onke amalunga akwa-Israyeli.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu namalunga onke akwa-Israyeli.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 17:4
8 Iomraidhean Croise  

Ngiyakubabuyisa kuwe bonke abantu. Uma ubulala oyedwa nje lo omfunayo, bonke abantu bayakuba nokuthula.”


Wayesethi u-Absalomu: “Mawumbize noHushayi, umArikhi, sizwe ukuthi yena uthini.”


Lokho kwakulungile phambi kwenkosi nasebandleni lonke.


Leso seluleko sikaMemukhani sayithokozisa inkosi nezikhulu zayo, inkosi yenza njengoba eyelulekile uMemukhani,


Umkakhe uZereshi nabo bonke abangani bakhe bathi kuye: “Tshela abantu bagxumeke isigxobo sokuphanyeka esingamakhubhithi angama-50 ubude, bese ucela enkosini ekuseni ukuba kulengiswe kuso uMoridekhayi, uhambe nenkosi uyozitika ukhululekile.” Leso seluleko samthokozisa uHamani, wayesesenza isiphanyeko.


Bathi nakuba bezazi izimiso ezilungileyo zikaNkulunkulu zokuthi abenza lezi zinto bafanele ukufa, kabagcinanga nje ngokuzenza, kodwa babuye bavuna labo abazenzayo.


USawule wathi: “USimakade makanibusise, ngoba ningizwele.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan