2 Samuweli 17:12 - IsiZulu 202012 Siyakumhlasela noma kuphi lapho siyomfica khona, simthelekele kuhle kwamazolo ehlela emhlabathini; akanakuphunyuka, yena nabo bonke abanaye. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Sesiyakumfikela endaweni ethile lapho engatholakala khona, simehlele njengokuwela kwamazolo emhlabathini; kuyena nabantu bonke abanaye asiyikushiya noyedwa. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202412 Ngakho siyakuhlangana naye endaweni lapho ayotholakala khona, futhi siyokwehlela phezu kwakhe njengamazolo ewela emhlabathini; futhi kuye nakuwo wonke amadoda akanye naye akuyikusala neyodwa. Faic an caibideil |