2 Samuweli 12:3 - IsiZulu 20203 kepha empofu yayingenalutho, inexhukazana elilodwa eliselincane nje kuphela, eyayilithengile, yalondla. Lakhulela kuyo nakubantwana bayo; ladla ucezu lwayo, laphuza esitsheni sayo, lalala esifubeni sayo; lalinjengendodakazi kuyo. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 kepha empofu yayingenalutho, inexhukazana lilinye elincane nje kuphela, eyayilithengile yalondla; lakhulela kuyo nakubantwana bayo; ladla ucezu lwayo, laphuza esitsheni sayo, lalala esifubeni sayo, lalinjengendodakazi kuyo. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20243 Kodwa indoda empofu yayingenalutho, ngaphandle kwewundlu elilodwa lensikazi elincane eyalithenga futhi yalikhulisa, futhi lakhula kanye nayo nabantwana bayo; ladla okwalo, laphuza endebeni yalo, lalala esifubeni sakhe, lalinjengendodakazi kuye. Faic an caibideil |