Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 11:4 - IsiZulu 2020

4 UDavide wathumela izithunywa ukuba zimlande, wafika kuye, walala naye, ngokuba wayesehlambulukile ekungcoleni kwakhe, wayesebuyela ekhaya.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UDavide wathuma izithunywa, wamthatha; wangena kuye, walala naye, ngokuba wayesehlambulukile yena ekungcoleni kwakhe; wabuyela ekhaya.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UDavide wayesethuma izithunywa, wamthatha; wangena kuye, walala naye; ngoba wayesehlanjululwe ekungcoleni kwakhe, wabuyela endlini yakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 11:4
13 Iomraidhean Croise  

UShekhemu, indodana kaHamori, umHivi, owayebusa kulelo lizwe, wambona wamthatha, wamona, wamthela ngehlazo.


Emveni kwesikhathi umkaPotifari wamkhanuka, wathi kuye: “Lala nami.”


Wena wakwenza lokhu ekusithekeni, kodwa Mina ngizokwenza lokhu phambi kuka-Israyeli wonke emini kwabha!’ ”


Uma ubona isela, uvumelana nalo, neziphingi uhlanganyela nazo.


“Injena-ke indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, bese esula umlomo wakhe, athi: “Angenzanga okubi.”


Uma owesilisa elale nowesifazane wamthela ngesidoda, bobabili bayakugeza ngamanzi, babe ngabangcolileyo kuze kuhlwe.


“ ‘Awuyukusondela kowesifazane, wembule ubunqunu bakhe esangcolile ngokungcola kwakhe.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan