1 Samuweli 9:3 - IsiZulu 20203 Izimbongolo zikaKishi, uyise kaSawule, zalahleka. UKishi wathi kuSawule, indodana yakhe: “Thatha enye yezinceku uvuke nihambe niyofuna izimbongolo.” Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Izimbongolo zikaKishi uyise kaSawule zalahleka. UKishi wathi kuSawule indodana yakhe: “Thatha enye yezinceku, usuke, uye kufuna izimbongolo.” Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20243 Izimbongolo zikaKishi uyise kaSawule zabhubha. UKishi wathi kuSawule indodana yakhe: “Thatha enye yezinceku, uzilungise, uye ukufuna izimbongolo; Faic an caibideil |
Uma ususukile lapha kimi namuhla, uzohlangana nabantu ababili ngasethuneni likaRaheli, emngceleni wakwaBhenjamini eZeliza. Bayakuthi kuwe: ‘Izimbongolo owawuphume ukuyozifuna sezitholakele. Manje uyihlo akasakhathazekile ngezimbongolo, usekhathazeke ngani, uthi: “Ngiyakwenzenjani ngomntanami, na?” ’